Iningi labantu abasebenzisa igatsha laleli bhange eliku-Anton Lembede Street, enkabeni yeTheku, bafice kukhala ibhungezi ...
IYAQONGA impi yokulwa nokuvalwa kwebhange elilengelwa yizembe, Ithala, KwaZulu-Natal njengoba lolu daba selungenwe ...
"Umsolwa umshayele ucingo unina wengane yakhe emtshela ukuthi angalinge alubhade endlini. Ngicabanga ukuthi yilokho impela okugcine kudala ukuthi afike efuna ukubona ukuthi kungani kuthiwa angafiki ...
ISIKHALA somdlali wangaphandle esiphendlwa yiKaizer Chiefs ngokufaka amasondo uChristian Saile waseDemocratic Republic of Congo (DRC), singase sivalwe ngumkhaya wakhe, uGlody Makabi Lilepo.
KUNGAKAPHELI isikhathi esingakanani, uMengameli uCyril Ramaphosa, uzithola engaphansi kwenye ingcindezi yokuba athathele izinyathelo omunye ungqongqoshe okwiKhabhinethi yakhe.
KUTHUNGATHWA owokufika odabuka ePakistani ngecala lokubulala isisebenzi enkabeni yedolobha iVerulam ngoLwesine ebusuku.
OWAYENGUMDLALI we-Orlando Pirates, uLebohang Mokoena, unxusa uMonnapule Saleng ukuthi aqhubeke alwele indawo yakhe kuleli qembu.
UFUNA akhalelwe amasongo kaSigonyela owayengumsakazi weVuma FM, uLinda Ndimande, nayesebenzisana nabo, owesilisa waseMlaza, okhala ngokuqolwa izishaqane zemali.
UTHI uzobona ukuthi kukhona umkhoshosho okhona uma naleli sonto liphinde liphela ingaboshiwe imeya eyamxebula ngezimpama ngeledlule, owesifazane okhubazekile osebenza ehhovisi le-IFP eMtshezi.
ZIMKHALELE owokufika kuleli obezama ukubhalisa emkhandlwini olawula othisha kuleli iSouth African Council for Educators (SACE), esebenzisa incwadi engumkokotelo yaseMnyangweni wezaseKhaya.
Maphumulo, uyaliphika icala lokushaya umdayisi wengqephu, uPhilisiwe “Philly” Mhlongo ngoMashi 12, nyakenye. UBabes ubekhuluma ngesikhathi kuqala ukuqulwa kwaleli cala eNkantolo yeMantshi yaseThekwini ...
Ngaphambi kokubonakala kwakhe eziqeqesha naMaZulu, ukukhululwa kukaRadebe kuqale kuqinisekiswe ngumqeqeshi weGalaxy, u-Adnan ...